25 Nginobani ezulwini na?Uma nginawe, angifuni lutho emhlabeni.
26 Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela;nokho uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yaminesabelo sami kuze kube phakade.
27 Ngokuba bheka, abakude nawe bayakubhubha;uyabachitha bonke abahlubukayo kuwe ngokuphinga.
28 Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu;ngenzile iNkosi uJehova ibe yisiphephelo sami,ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.