1 Amakhosi 19:19 ZUL59

19 Wayesesuka lapho, wamfumana u-Elisha indodana kaShafati; wayelima ngezinkabi ezingamabhangqa ayishumi nambili phambi kwakhe, yena esebhangqeni leshumi nambili; u-Eliya wadlulela kuye, waphonsa ingubo yakhe kuye.

Funda isahluko ephelele 1 Amakhosi 19

Buka 1 Amakhosi 19:19 ngokomongo