1 Amakhosi 5:11 ZUL59

11 USolomoni wamnika uHiramu amakhora* ayizinkulungwane ezingamashumi amabili kakolweni, ukudla kwabendlu yakhe, namakhora angamashumi amabili amafutha akhanyiweyo; uSolomoni wamnika kanjalo uHiramu iminyaka ngeminyaka.

Funda isahluko ephelele 1 Amakhosi 5

Buka 1 Amakhosi 5:11 ngokomongo