1 Amakhosi 8:43 ZUL59

43 mawuzwe wena ezulwini, indawo yakho yokuhlala, wenze njengakho konke lo wezizwe akhala ngakho kuwe, ukuze bonke abantu bomhlaba bazi igama lakho, bakwesabe wena njengabantu bakho u-Israyeli nokuze bazi ukuthi le ndlu engiyakhileyo ibiziwe ngegama lakho.

Funda isahluko ephelele 1 Amakhosi 8

Buka 1 Amakhosi 8:43 ngokomongo