1 Amakhosi 9:3 ZUL59

3 UJehova wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa kwakho onxuse ngakho phambi kwami; ngiyingcwelisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngibeke khona igama lami kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona izinsuku zonke.

Funda isahluko ephelele 1 Amakhosi 9

Buka 1 Amakhosi 9:3 ngokomongo