Udaniyeli 4:33 ZUL59

33 Ngasona leso sikhathi le nto yagcwaliseka phezu kukaNebukadinesari: waxoshwa kubantu, wadliswa utshani njengezinkabi, umzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, zaze zakhula izinwele zakhe njengezimpaphe zezinkozi nezinzipho zakhe njengamazipho ezinyoni.

Funda isahluko ephelele Udaniyeli 4

Buka Udaniyeli 4:33 ngokomongo