Uzefaniya 2:15 ZUL59

15 Yiwo umuzi owajabula wahlala ulondekile,owathi enhliziyweni yawo:Mina ngikhona, akakho omunye;yeka ukuphenduka kwawo incithakalo nendawo yokubuthisa kwezilwane!Bonke abadlula kuwo bayakuncimfa,banikine isandla sabo.

Funda isahluko ephelele Uzefaniya 2

Buka Uzefaniya 2:15 ngokomongo