11 Makube kuye amandla kuze kube phakade naphakade. Amen.
12 NgoSilvanu umfowethu othembekayo ngokubona kwami nginilobele ngokufushane, ngincenga, ngifakaza ukuthi lo yiwo umusa oqinisekileyo kaNkulunkulu; yimani kuwo.
13 Liyakhonza kini ibandla elikhethiweyo, kanye nani eliseBabiloni, noMarku indodana yami.
14 Bingelelanani ngokwanga kothando.Ukuthula makube kini nonke enikuKristu.