37 Uma umuntu ethi ungumprofethi, noma ethi ungowomoya, makaqonde ukuthi lokhu enginilobela khona kungumyalo weNkosi.
38 Kepha uma umuntu engazi, makahlale engazi.
39 Ngakho-ke, bazalwane bami, zondelelani ukuprofetha, ningakuvimbeli ukukhuluma ngezilimi.
40 Kepha konke makwenziwe ngemfanelo nangenhlelo.