Ekajuda 1:9 ZUL59

9 Kepha uMikayeli, ingelosi enkulu, lapho ephikisana noSathane, ekhulumisana naye ngesidumbu sikaMose, akabanga nasibindi sokuletha ukwahlulela kokuhlambalaza, kodwa wathi: “INkosi mayikujezise.”

Funda isahluko ephelele Ekajuda 1

Buka Ekajuda 1:9 ngokomongo