30 ngokuba singamalungu omzimba wakhe.
31 Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye.
32 Le mfihlakalo inkulu, kepha ngikhuluma ngoKristu nebandla.
33 Nani-ke, yilowo nalowo makathande umkakhe njengokuba ezithanda yena, kepha umfazi makahloniphe indoda yakhe.