68 “Mayibongwe iNkosi,uNkulunkulu ka-Israyeli,ngokuba ibahambele abantu bayo,yabenzela inkululeko.
69 Yasivusela uphondo lwensindiso endlini kaDavide inceku yayo,
70 njengalokho yakhuluma ngomlomo wabaprofethi bayo abangcwele basendulo,
71 insindiso ezitheni zethu nasesandleni sabo bonke abasizondayo,
72 ukwenzela okhokho bethu isihawunokukhumbula isivumelwano sayo esingcwele,
73 isifungo eyasifunga kubaba u-Abrahama,
74 ukusinika ukuba sithi sikhululiwe esandleni sezitha zethu,siyikhonze singenakwesaba