71 insindiso ezitheni zethu nasesandleni sabo bonke abasizondayo,
72 ukwenzela okhokho bethu isihawunokukhumbula isivumelwano sayo esingcwele,
73 isifungo eyasifunga kubaba u-Abrahama,
74 ukusinika ukuba sithi sikhululiwe esandleni sezitha zethu,siyikhonze singenakwesaba
75 ngobungcwele nangokulunga phambi kwayo zonke izinsuku zethu.
76 Nawe-ke mntwana,uyakuthiwa umprofethi woPhezukonke,ngokuba uyakuhamba phambi kweNkosi ukulungisa izindlela zayo
77 ukunika abantu bayo ukuyazi insindisongokuthethelelwa kwezono zabo,