73 isifungo eyasifunga kubaba u-Abrahama,
74 ukusinika ukuba sithi sikhululiwe esandleni sezitha zethu,siyikhonze singenakwesaba
75 ngobungcwele nangokulunga phambi kwayo zonke izinsuku zethu.
76 Nawe-ke mntwana,uyakuthiwa umprofethi woPhezukonke,ngokuba uyakuhamba phambi kweNkosi ukulungisa izindlela zayo
77 ukunika abantu bayo ukuyazi insindisongokuthethelelwa kwezono zabo,
78 ngemisesane yesihawu sikaNkulunkulu wethuesizakuhanjelwa ngayo ngukusa kwaphezulu,
79 ukubakhanyisela abahlezi ebumnyameni nasethunzini lokufanokuqondisa izinyawo zethu endleleni yokuthula.”