Ngokukaluka 14:21 ZUL59

21 “Isibuyile inceku yabika lokho enkosini yayo. Khona umninindlu wathukuthela, wathi encekwini yakhe: ‘Khawuleza, uye emigwaqweni nasemingcingweni yomuzi, ungenise lapha abampofu, nezilima, nezimpumputhe, nezinyonga.’

Funda isahluko ephelele Ngokukaluka 14

Buka Ngokukaluka 14:21 ngokomongo