34 Ngithi kini: Ngalobo busuku kuyakuba khona ababili embhedeni munye; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.
35 Kuyakuba khona ababili besila ndawonye; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.
36 Kuyakuba khona ababili ensimini; omunye uyakuthathwa, omunye ashiywe.”
37 Base bephendula, bethi kuye: “Kuphi, Nkosi?”Wathi kubo: “Lapho kukhona isidumbu, kulapho amanqe eyakubuthana khona.”