50 Wabahola, baze bafika ngaseBethaniya, waphakamisa izandla zakhe, wababusisa.
51 Kwathi esababusisa, wahlukana nabo, wenyuselwa ezulwini.
52 Bakhuleka kuye, baphindela eJerusalema benokuthokoza okukhulu.
53 Babekhona ethempelini njalo bemdumisa uNkulunkulu.