Ngokukamarku 10:1 ZUL59

1 Wasuka lapho, weza emikhawulweni yaseJudiya nangaphesheya kweJordani; izixuku zabuye zabuthana kuye, waphinda wabafundisa abantu njengokujwayela kwakhe.

Funda isahluko ephelele Ngokukamarku 10

Buka Ngokukamarku 10:1 ngokomongo