1 Usamuweli 13:2 ZUL59

2 USawule wazikhethela abantu abayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazinoSawule eMikimashi nasentabeni yaseBetlehema, nenkulungwane yayinoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.

Funda isahluko ephelele 1 Usamuweli 13

Buka 1 Usamuweli 13:2 ngokomongo