1 Usamuweli 14:6 ZUL59

6 UJonathani wathi odibini lwakhe oluphethe izikhali zakhe: “Woza siwele, siye ekhandeni lalabo abangasokile; ingabe uJehova uyakusisebenzela, ngokuba akukho okumthiyayo uJehova ukuba asindise ngabaningi noma ngabayingcosana.”

Funda isahluko ephelele 1 Usamuweli 14

Buka 1 Usamuweli 14:6 ngokomongo