1 Usamuweli 18:27 ZUL59

27 uDavide wasuka waya, yena nabantu bakhe, wabulala kuwo amaFilisti abantu abangamakhulu amabili; uDavide waletha amajwabu abo, bawayisa enkosini ephelele ukuba abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wayesemnika uMikhali indodakazi yakhe abe ngumkakhe.

Funda isahluko ephelele 1 Usamuweli 18

Buka 1 Usamuweli 18:27 ngokomongo