1 Usamuweli 25:13 ZUL59

13 UDavide wathi kubantu bakhe: “Bhincani, kube yilowo nalowo inkemba yakhe.” Zabhinca-ke, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe; naye uDavide wabhinca inkemba yakhe; kwakhuphuka emva kukaDavide abantu kungathi abangamakhulu amane, kepha abangamakhulu amabili bahlala empahleni.

Funda isahluko ephelele 1 Usamuweli 25

Buka 1 Usamuweli 25:13 ngokomongo