2 Amakhosi 18:27 ZUL59

27 Kepha uRabi Shake wathi kubo: “Inkosi yami ingithumile yini enkosini yakho nakuwena ukukhuluma lawa mazwi na? Hhayi kulaba bantu yini abahlezi ogangeni ukuba badle amasimba abo, baphuze umshobingo wabo kanye nani, na?”

Funda isahluko ephelele 2 Amakhosi 18

Buka 2 Amakhosi 18:27 ngokomongo