2 Amakhosi 20:13 ZUL59

13 UHezekiya wabalalela, wababonisa yonke indlu yengcebo yakhe, isiliva, negolide, namakha, namafutha amahle, nendlu yezikhali zakhe, nakho konke okwafunyanwa engcebeni yakhe; akubangakho nto endlini yakhe nasembusweni wakhe wonke angababonisanga yona.

Funda isahluko ephelele 2 Amakhosi 20

Buka 2 Amakhosi 20:13 ngokomongo