2 Amakhosi 25:23 ZUL59

23 Zonke izinduna zempi, zona nabantu bazo, sezizwile ukuthi inkosi yaseBabele imenzile uGedaliya umbusi ezweni, zaya kuGedaliya eMispa: u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani indodana kaKhareya, noSeraya indodana kaThanihumeti waseNethofa, noJahazaniya indodana yomMahakha, bona nabantu babo.

Funda isahluko ephelele 2 Amakhosi 25

Buka 2 Amakhosi 25:23 ngokomongo