2 Amakhosi 7:2 ZUL59

2 Induna inkosi eyencika esandleni sayo yaphendula umuntu kaNkulunkulu, yathi: “Bheka, uma uJehova enza amafasitele ezulwini, le nto ingenzeka kanjani na?”Wathi: “Bheka, uyakukubona ngamehlo akho, ungadli kukho kodwa.”

Funda isahluko ephelele 2 Amakhosi 7

Buka 2 Amakhosi 7:2 ngokomongo