2 Izikronike 26:21 ZUL59

21 U-Uziya, inkosi, wayesengonochoko kwaze kwafika usuku lokufa kwakhe, wahlala endlini eyahlukanisiweyo, lokhu engonochoko, ngokuba wanqunywa endlini kaJehova. UJothamu indodana yakhe wayephezu kwendlu yenkosi, ahlulela abantu bezwe.

Funda isahluko ephelele 2 Izikronike 26

Buka 2 Izikronike 26:21 ngokomongo