Abahluleli 18:17 ZUL59

17 Abantu abayisihlanu ababeyile ukuhlola izwe benyuka, bafika lapho, basithatha isithombe esibaziweyo, nengubo yamahlombe, namatherafi, nesithombe esibunjiweyo; umpristi wema ngasesikhaleni sesango kanye nabantu abangamakhulu ayisithupha bebhince izikhali zokulwa.

Funda isahluko ephelele Abahluleli 18

Buka Abahluleli 18:17 ngokomongo