Ujoshuwa 2:19 ZUL59

19 Kuyakuthi yilowo nalowo ophumela ngaphandle kweminyango yendlu yakho, igazi lakhe libe sekhanda lakhe, thina singabi nacala; kodwa lowo okuwe endlini, igazi lakhe liyakuba sekhanda lethu, uma sibekwa isandla kuye.

Funda isahluko ephelele Ujoshuwa 2

Buka Ujoshuwa 2:19 ngokomongo