Ujoshuwa 22:31 ZUL59

31 UFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi wathi kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaManase: “Namuhla siyazi ukuthi uJehova uphakathi kwethu, ngokuba anenzanga lesi siphambeko kuJehova; manje senophulile abantwana bakwa-Israyeli esandleni sikaJehova.”

Funda isahluko ephelele Ujoshuwa 22

Buka Ujoshuwa 22:31 ngokomongo