Ujoshuwa 5:13 ZUL59

13 Kwathi uJoshuwa esengaseJeriko, waphakamisa amehlo akhe, wabona, bheka, nanso indoda malungana naye enenkemba yayo ihoshiwe esandleni sayo; uJoshuwa waya kuyo, wathi kuyo: “Uvuna thina noma izitha zethu na?”

Funda isahluko ephelele Ujoshuwa 5

Buka Ujoshuwa 5:13 ngokomongo