Kwabasegalathiya 2:4

Ibhayibheli Elingcwele

4Kepha kwaba ngenxa yabazalwane bamanga abangeniswa ngasese, abangena ngokunyenya, bezakuhlola ukukhululeka kwethu esinakho kuKristu Jesu, ukuze basenze izigqila,

Kwabasegalathiya 2:4 — ZUL59