1 Izikronike 20:1 ZUL59

1 Emva komnyaka ngesikhathi sokuhlasela kwamakhosi, uJowabe wahola amaqhawe empi, wachitha izwe labantwana bakwa-Amoni, weza wavimbezela iRaba; kepha uDavide wahlala eJerusalema. UJowabe walinqoba iRaba, walidiliza.

Funda isahluko ephelele 1 Izikronike 20

Buka 1 Izikronike 20:1 ngokomongo