21 KuRehabiya: emadodaneni kaRehabiya: nguJishiya inhloko.
22 KumaJisihari: nguShelomoti; emadodaneni kaShelomoti: nguJahati.
23 Amadodana kaHebroni: nguJeriya inhloko, no-Amariya owesibili, noJahaziyeli owesithathu, noJekameyamu owesine.
24 Amadodana ka-Uziyeli: nguMika; emadodaneni kaMika: nguShamiri.
25 Umfowabo kaMika: nguJishiya; emadodaneni kaJishiya: nguZakariya.
26 Amadodana kaMerari: ngoMaheli noMushi; amadodana kaJahaziya: nguBeno.
27 Amadodana kaMerari: ngoJahaziya, noBeno, noShohamu, noZakuri, no-Ibiri.