1 Izikronike 26:31 ZUL59

31 KumaHebroni uJeriya wayeyinhloko, kumaHebroni njengezizukulwane zawo ngezindlu zawoyise. Ngomnyaka wamashumi amane wokubusa kukaDavide kwafunwa, kwafunyanwa phakathi kwawo amaqhawe anamandla eJazeri kwaGileyadi.

Funda isahluko ephelele 1 Izikronike 26

Buka 1 Izikronike 26:31 ngokomongo