32 UHebere wazala oJafeleti, noShomeri, noHothamu, noShuwa udadewabo.
33 Amadodana kaJafeleti: ngoPhasaki, noBimihali, no-Ashivati. Labo babe ngabantwana bakaJafeleti.
34 Amadodana kaShemeri: ngo-Ahi, noRohiga, noJehuba, no-Aramu.
35 Amadodana kaHelemi umfowabo: ngoSofa, noJimna, noSheleshi, no-Amali.
36 Amadodana kaSofa: ngoShuwa, noHarineferi, noShuhali, noBeri, no-Imra,
37 noBeseri, noHodi, noShama, noShilisha, noJitrani, noBeyera.
38 Amadodana kaJetheri: ngoJefune, noPhisipha, no-Ara.