22 noJishiphani, no-Ebere, no-Eliyeli,
23 no-Abidoni, noZikiri, noHanani,
24 noHananiya, no-Elamu, no-Anithothiya,
25 no-Ifideya, noPhenuweli, amadodana kaShashaki,
26 noShamusherayi, noShehariya, no-Athaliya,
27 noJahareshiya, no-Eliya, noZikiri, amadodana kaJerohamu.
28 Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise, izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.