25 no-Ifideya, noPhenuweli, amadodana kaShashaki,
26 noShamusherayi, noShehariya, no-Athaliya,
27 noJahareshiya, no-Eliya, noZikiri, amadodana kaJerohamu.
28 Labo babe yizinhloko zezindlu zawoyise, izinhloko ezizukulwaneni zabo, bahlala eJerusalema.
29 EGibeyoni kwahlala uyise kaGibeyoni ogama lomkakhe lalinguMahakha;
30 izibulo lakhe lalingu-Abidoni, kanye noSuri, noKishi, noBali, noNadabi,
31 noGedori, no-Ahiyo, noZekeri.