2 Usamuweli 10:14 ZUL59

14 Lapho abantwana bakwa-Amoni bebona ukuthi ama-Aramu abalekile, babaleka nabo phambi kuka-Abishayi, bangena emzini. UJowabe wayesebuya kubantwana bakwa-Amoni, weza eJerusalema.

Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 10

Buka 2 Usamuweli 10:14 ngokomongo