2 Usamuweli 14:7 ZUL59

7 Bheka, umndeni wonke usuvukele incekukazi yakho; bathi: ‘Sinike yena owashaya umfowabo ukuba simbulale ngenxa yomphefumulo womfowabo, sichithe indlalifa.’ Bayakucima kanjalo ilahle lami eliseleyo, bangabe besashiyela indoda yami igama nensali ebusweni bomhlaba.”

Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 14

Buka 2 Usamuweli 14:7 ngokomongo