2 Usamuweli 18:22 ZUL59

22 U-Ahimahasi indodana kaSadoki wabuye wathi kuJowabe: “Noma kanjani, ake ngigijime nami, ngimlandele umKushe.”Kepha uJowabe wathi: “Uyakugijimelani wena mntanami, lokhu kungekho mvuzo wombiko kuwe, na?”

Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 18

Buka 2 Usamuweli 18:22 ngokomongo