2 Usamuweli 20:22 ZUL59

22 Owesifazane wayeseya ngokuhlakanipha kwakhe kubantu bonke. Bamnquma uSheba indodana kaBikri ikhanda, baliphonsa kuJowabe. Yena wabetha icilongo, bahlakazeka kulowo muzi, baya, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe. UJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.

Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 20

Buka 2 Usamuweli 20:22 ngokomongo