17 Kepha u-Abishayi indodana kaSeruya wamsiza, wamshaya umFilisti wambulala. Base befunga kuye abantu bakaDavide, bathi: “Awusayikuphuma impi nathi, funa ucime isibani sakwa-Israyeli.”
Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 21
Buka 2 Usamuweli 21:17 ngokomongo