8 Kepha inkosi yathatha amadodana kaRispa indodakazi ka-Aya ayewazalele uSawule, o-Arimoni noMefibosheti; namadodana ayisihlanu kaMikhali indodakazi kaSawule ayewazalele u-Adriyeli indodana kaBarizilayi umMeholati;
Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 21
Buka 2 Usamuweli 21:8 ngokomongo