2 Usamuweli 4:4 ZUL59

4 UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti.

Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 4

Buka 2 Usamuweli 4:4 ngokomongo