1 UJehova wayesekhuluma kuMose ethi:
2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bangithabathele umnikelo; kubo bonke abantu abanhliziyo zabo zivuma anothabatha umnikelo wami.
3 Yilo umnikelo eniyakuwuthabatha kubo: igolide, nesiliva, nethusi,
4 nokuluhlaza, nokububende, nokubomvu, nelineni elicolekileyo, noboya bezimbuzi,
5 nezikhumba ezibomvu zezinqama, nezikhumba zamatahasi,* nemithi yomtholo,