16 Futhi nxa nizila ukudla, ninganyukumali njengabazenzisi; ngokuba bona banyakamisa ubuso babo, ukuze babonakale kubantu ukuthi bazilile. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.
Funda isahluko ephelele Ngokukamathewu 6
Buka Ngokukamathewu 6:16 ngokomongo