2 Usamuweli 21:2 ZUL59

2 Inkosi yayisibiza abaseGibeyoni, yakhuluma kubo, abaseGibeyoni babengesibo abantwana bakwa-Israyeli, beyinsali yama-Amori; abantwana bakwa-Israyeli babefungile kubo; uSawule wafuna ukubabulala ngokushisekela kwakhe abantwana bakwa-Israyeli nabakwaJuda;

Funda isahluko ephelele 2 Usamuweli 21

Buka 2 Usamuweli 21:2 ngokomongo