25 Ukukhathazeka enhliziyweni yomuntu kuyayithobisa,kepha izwi elihle liyayithokozisa.
26 Olungileyo ungumholi womakhelwane wakhe,kepha indlela yababi iyabadukisa.
27 Isidenge asiyosi inyamazane yaso,kepha imfuyo enqabileyo ingeyokhutheleyo.
28 Endleleni yokulunga kukhona ukuphila,nalapho umkhondo wakho udlula khona, akukho ukufa.