24 Ukuhlakanipha kuphambi koqondileyo,kepha amehlo esiwula asemikhawulweni yomhlaba.
25 Indodana eyisiwula ilusizi kuyisenokubaba kowayizalayo.
26 Ukuhlawulisa olungileyo akukuhle,nokushaya abaqotho akulungile.
27 Obamba amazwi akhe unokwazi;onomoya opholileyo ungumuntu oqondileyo.
28 Nesiwula lapho sithule kuthiwa isihlakaniphi;ovala umlomo wakhe ungoqondileyo.